UNumeri 10:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaSimeyoni kwakunguSelumiyeli indodana kaSurisadayi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaSimeyoni kwakunguShelumiyeli indodana kaSurishadayi. IsiZulu 2020 Phezu kweqembu lesizwana sabozalo lukaSimeyoni kwakunguShelumiyeli, indodana kaZurishadayi. |
Lakhuphuka ibhanela lekamu likaRubeni ngamabandla abo; phezu kwebandla lakhe kwakungu-Elisuri indodana kaSeduri;
Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaGadi kwakungu-Eliyasafa indodana kaDehuweli.
Ngosuku lwesihlanu uShelumiyeli indodana kaSurisadayi, isikhulu sabantwana bakwaSimeyoni, wanikela.