Lawa angamadodana kaLevi ngezindlu zawoyise; nezinhloko zezindlu zawoyise, zabalwayo kubo ngokwenani lamagama ngamavoti azo, abenza umsebenzi wenkonzo yendlu kaJehova, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu.
UNumeri 10:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 Itabernakele ladilizwa; amadodana kaGereshoni namadodana kaMerari asuka, alithwala itabernakele. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Itabernakele* lasuswa; amadodana kaGereshoni namadodana kaMerari asuka elithwala itabernakele. IsiZulu 2020 Ithabanakeli lathwalwa ngabozalo lukaGereshoni nabolukaMerari, abangabathwali bethabanakeli. |
Lawa angamadodana kaLevi ngezindlu zawoyise; nezinhloko zezindlu zawoyise, zabalwayo kubo ngokwenani lamagama ngamavoti azo, abenza umsebenzi wenkonzo yendlu kaJehova, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu.
Lapho itabernakele lisuka, amaLevi kumelwe alidilize; ekumisweni kwetabernakele, amaLevi alimise; futhi umfokazi osondelayo kumelwe abulawe.
Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaZebuloni kwakungu-Eliyabe indodana kaHeloni.
Ngakho-ke njengoba semukela umbuso ongenakuzanyazanyiswa, masibe nomusa esingakhonza ngawo uNkulunkulu ngokwamukelekayo ngokuhlonipha nokwesaba uNkulunkulu.
Kepha uKristu esefikile engumpristi omkhulu wezinto ezinhle ezizayo, wadabula itabernakele elikhulu neliphelele kakhulu, elingenziwanga ngezandla, okungukuthi elingelona elalesi sakhiwo;
ngazi ukuthi masinyane ngimele ukulisusa leli dokodo lami, njengalokho iNkosi yethu uJesu Kristu yangibonisa.