Lawa angamagama amadoda ayakuma nani: esizweni sakwaRubeni; u-Elisuri indodana kaSedewuri.
UNumeri 1:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 KuSimeyoni; uShelumiyeli indodana kaSurisadayi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE KwaSimeyoni: uShelumiyeli indodana kaSurishadayi. IsiZulu 2020 KwaSimeyoni: uShelumiyeli indodana kaZurishadayi. |
Lawa angamagama amadoda ayakuma nani: esizweni sakwaRubeni; u-Elisuri indodana kaSedewuri.
Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaSimeyoni kwakunguSelumiyeli indodana kaSurisadayi.
Abamisa eceleni kwakhe bayakuba yisizwe sakwaSimeyoni; futhi uSelumiyeli indodana kaSurisadayi uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaSimeyoni.
Ngosuku lwesihlanu uShelumiyeli indodana kaSurisadayi, isikhulu sabantwana bakwaSimeyoni, wanikela.