Abantwana bakwa-Israyeli bayakumisa, kube yilowo nalowo njengebhanela lendlu yoyise; kumelwe bakanise kude nxazonke zetende lokuhlangana.
UNumeri 1:52 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abantwana bakwa-Israyeli bayakumisa amatende abo, kube yilowo nalowo ngekamu lakhe, kube yilowo nalowo njengophawu lwakhe ngamabandla abo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abantwana bakwa-Israyeli bayakumisa amatende abo, kube yilowo nalowo ekamu* labo, yilowo nalowo ngasebhaneleni* labo, ngamabandla abo. IsiZulu 2020 Abantu bakwa-Israyeli bayakumisa amathende abo, kube yilowo nalowo enkanjini yabo, yilowo nalowo ngasebhaneleni labo, ngamaviyo abo. |
Abantwana bakwa-Israyeli bayakumisa, kube yilowo nalowo njengebhanela lendlu yoyise; kumelwe bakanise kude nxazonke zetende lokuhlangana.
UBileyamu waphakamisa amehlo akhe, wabona u-Israyeli ehlezi ngokwezizwe zakhe; uMoya kaNkulunkulu wehlela phezu kwakhe.