Yilabo ababalwayo oMose, no-Aroni, nezikhulu zakwa-Israyeli, amadoda ayishumi nambili; kwaba yilowo nalowo eyendlu yawoyise.
UNumeri 1:45 - Contemporary Zulu Bible 2024 Baba kanjalo bonke ababalwayo babantwana bakwa-Israyeli ngokwezindlu zoyise, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma baye kwa-Israyeli; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bonke ababalwayo babantwana bakwa-Israyeli ngezindlu zawoyise kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abakwa-Israyeli abangaphuma impi, IsiZulu 2020 Bonke ababalwayo kwabakwa-Israyeli ngezindlu zokhokho babo, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, bonke abakwa-Israyeli abangaphuma impi, |
Yilabo ababalwayo oMose, no-Aroni, nezikhulu zakwa-Israyeli, amadoda ayishumi nambili; kwaba yilowo nalowo eyendlu yawoyise.
Bonke ababalwayo babe yizinkulungwane ezingamakhulu ayisithupha nantathu namakhulu amahlanu namashumi amahlanu.
Izidumbu zenu zizawela ogwadule; nabo bonke ababalwayo kini ngokwenani lenu lonke, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, abakhononda ngami.