Amadodana kaJosefa azalelwa wona eGibithe ayeyimiphefumulo emibili; yonke imiphefumulo yendlu kaJakobe eyafika eGibithe yayingamashumi ayisithupha neshumi.
UNumeri 1:40 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kubantwana bakwa-Asheri ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo ngezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kubantwana bakwa-Asheri, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuyo phezulu, bonke abangaphuma impi: IsiZulu 2020 Abozalo luka-Asheri, ngokolibo lwemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, bonke abangaphuma impi: |
Amadodana kaJosefa azalelwa wona eGibithe ayeyimiphefumulo emibili; yonke imiphefumulo yendlu kaJakobe eyafika eGibithe yayingamashumi ayisithupha neshumi.
Ku-Asheri isinkwa sakhe siyakuba ngamanoni, futhi uyonika izibiliboco zasebukhosini.
ababalwayo kubo besizwe sakwaDan, baba ngamashumi omathandathu anamabini amawaka, anamakhulu asixhenxe.
ababalwayo kubo besizwe sakwa-Ashere, baba ngamashumi amane ananye amawaka, anamakhulu mahlanu.