Kubantwana bakwaDani ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo ngezindlu zawoyise ngokwenani lamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;
UNumeri 1:39 - Contemporary Zulu Bible 2024 ababalwayo kubo besizwe sakwaDan, baba ngamashumi omathandathu anamabini amawaka, anamakhulu asixhenxe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE labo ababalwayo kubo, abesizwe sakwaDani, babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha nambili namakhulu ayisikhombisa. IsiZulu 2020 labo ababalwayo kubo, abesizwana sakwaDani, babeyizi-62 700. |
Kubantwana bakwaDani ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo ngezindlu zawoyise ngokwenani lamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;
Kubantwana bakwa-Asheri ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo ngezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;
Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha nambili namakhulu ayisikhombisa.
Yonke imindeni yamaShuhamu ngokwababalwayo kubo yayiyizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha nane namakhulu amane.