UJowabe wayinika inkosi umumo wokubalwa kwabantu; kwakukhona kwa-Israyeli amadoda anamandla ayizinkulungwane ezingamakhulu ayisishiyagalombili ahloma inkemba; amadoda akwaJuda ayengamadoda ayizinkulungwane ezingamakhulu amahlanu.
UNumeri 1:27 - Contemporary Zulu Bible 2024 ababalwayo kubo besizwe sakwaJuda, ababalwayo kubo, baba yizinkulungwane eziyishumi nane namakhulu ayisithupha. IBHAYIBHELI ELINGCWELE labo ababalwayo kubo, abesizwe sakwaJuda, babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa nane namakhulu ayisithupha. IsiZulu 2020 labo ababalwayo kubo, abesizwe sakwaJuda, babeyizi-74 600. |
UJowabe wayinika inkosi umumo wokubalwa kwabantu; kwakukhona kwa-Israyeli amadoda anamandla ayizinkulungwane ezingamakhulu ayisishiyagalombili ahloma inkemba; amadoda akwaJuda ayengamadoda ayizinkulungwane ezingamakhulu amahlanu.
Kubantwana bakwaJuda ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo ngezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;
Kubantwana bakwa-Isakare ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo ngezindlu zawoyise ngokwenani lamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;
Yileyo eyimindeni yakwaJuda ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane eziyishumi nesithupha namakhulu amahlanu.