UNumeri 1:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kubantwana bakwaJosefa: kwa-Efrayimi; u-Elishama indodana ka-Amihudi wakwaManase; uGamaliyeli indodana kaPedasuri. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kubantwana bakwaJosefa: kwa-Efrayimi: u-Elishama indodana ka-Amihudi; kwaManase: uGamaliyeli indodana kaPedasuri. IsiZulu 2020 Kumadodana kaJosefa: kwa-Efrayimi: u-Elishama indodana ka-Amihudi; kwaManase: uGamaliyeli indodana kaPhedazuri. |
Ibhanela lekamu lika-Efrayimi liyakuba ngasohlangothini lwasentshonalanga ngamabandla abo; isikhulu sabantwana bakwa-Efrayimi siyakuba ngu-Elisama indodana ka-Amihudi.
Kuyakuba naye isizwe sakwaManase; uGamaliyeli indodana kaPedasuri uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaManase.
Ngosuku lwesikhombisa u-Elishama indodana ka-Amihudi, isikhulu sabantwana bakwa-Efrayimi, wanikela.
Ngosuku lwesishiyagalombili uGamaliyeli indodana kaPedasuri, isikhulu sabantwana bakwaManase, wanikela.