Ibandla lonke lacebisana ukwenza ezinye izinsuku eziyisikhombisa, futhi ezinye izinsuku eziyisikhombisa bajabula.
UNehemiya 8:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngosuku lwesibili izinhloko zawoyise babo bonke abantu, abapristi namaLevi, zabuthana kanye no-Ezra umbhali ukuze baqonde amazwi omthetho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngosuku lwesibili kwabuthana izinhloko zawoyise babantu bonke, nabapristi, namaLevi ku-Ezra umbhali ukuba baqaphele amazwi omthetho. IsiZulu 2020 Ngosuku olulandelayo, zonke izinhloko zemindeni, abaphristi nabaLevi, beza ku-Ezra, umbhali, ukuze abafundise kabanzi amazwi omthetho. |
Ibandla lonke lacebisana ukwenza ezinye izinsuku eziyisikhombisa, futhi ezinye izinsuku eziyisikhombisa bajabula.
Bonke abantu bahamba ukuze badle, baphuze, bathumele izabelo, bajabule kakhulu, ngokuba babewaqonda amazwi ababeshunyayelwa kuwo.
Bathola izincazelo emthethweni uJehova ayala ngawo ngesandla sikaMose ukuthi abantwana bakwa-Israyeli bahlale emadokodweni ngomkhosi wenyanga yesikhombisa.
Base bethi omunye komunye: “Inhliziyo yethu ibingavuthi yini phakathi kwethu, lapho ekhuluma kithi endleleni, nalapho esivulela imibhalo, na?
Kwathi sebephumile esinagogeni, abezizwe bacela ukuthi lawo mazwi akhulunywe kubo ngesabatha elizayo.
Kwathi besakhuluma ebantwini, abapristi lenduna yethempeli labaSadusi beza phezu kwabo.