Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNehemiya 7:71 - Contemporary Zulu Bible 2024

Abanye bezinhloko zezindlu zoyise banikela engcebeni yomsebenzi amadarike ayizinkulungwane ezingamashumi amabili egolide namamane ayizinkulungwane ezimbili namakhulu amabili esiliva.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ezinye izinhloko zawoyise zanikelela isikhwama somsebenzi amadarike* ayizinkulungwane ezingamashumi amabili egolide namamane* ayizinkulungwane ezimbili namakhulu amabili esiliva.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ezinye izinhloko zemindeni zanikela esikhwameni somsebenzi ngamadarike egolide ayizi-20 000 nawomina besiliva abayizi-2 200.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNehemiya 7:71
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wanikela enkonzweni yendlu kaNkulunkulu amathalenta ayizinkulungwane eziyisihlanu egolide, namadarike ayizinkulungwane eziyishumi, namatalenta ayizinkulungwane eziyishumi esiliva, namatalenta ayizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili ethusi, namatalenta ayizinkulungwane eziyikhulu ensimbi.


Abanye bezinhloko zawoyise banikela emsebenzini. Umbusi wanikela endaweni yengcebo amadarike egolide ayinkulungwane, nezitsha ezingamashumi ayisihlanu, nezambatho zabapristi ezingamakhulu ayisihlanu namashumi amathathu.


Abanye abantu abanikela ngakho kwakungamadarike ayizinkulungwane ezingamashumi amabili egolide namamane ayizinkulungwane ezimbili esiliva nezingubo zabapristi ezingamashumi ayisithupha nesikhombisa.


Kangakanani-ke ngongamukeli ubuso bezikhulu, futhi ongabheki ocebile kunompofu? ngoba bonke bangumsebenzi wezandla zakhe.


Ngokuba uma kuqala kukhona ukuvuma, kwamukeleka ngokwalokho umuntu anakho, kungenjengalokho angenakho.