Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNehemiya 7:61 - Contemporary Zulu Bible 2024

Yibo futhi abakhuphuka besuka eThelimela, naseTheli-Haresa, naseKherubi, nase-Adoni, nase-Imeri, kodwa babengenakukwazisa indlu kayise nenzalo yabo, uma babevela kwa-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Nampa abakhuphuka eTheliMela, naseTheli Harisha, naseKherubi, nase-Adoni, nase-Imeri, kepha bebengenakusho izindlu zawoyise nozalo lwabo ukuba babe ngabakwa-Israyeli yini:

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Laba abalandelayo babevela eThelimela, eTheliharisha, eKherubhi, e-Adoni, nase-Imeri. Kodwa behluleka ukuveza isiqiniseko sokuthi bangabozalo lwakwa-Israyeli yini:

Uka jalj uñjjattʼäta



UNehemiya 7:61
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Yilabo abenyuka besuka eThelimela, naseTheliharisa, naseKherubi, nase-Adani, nase-Imeri, kepha babengenakukhombisa indlu kayise nenzalo yabo, uma babengabakwa-Israyeli.


Zonke izinceku zethempelini nabantwana bezinceku zikaSolomoni zazingamakhulu amathathu namashumi ayisishiyagalolunye nambili.


Abantwana bakwaDelaya, abantwana bakwaThobiya, abantwana bakwaNekoda, amakhulu ayisithupha namashumi amane nambili.