Abakhileyo kuqala emafeni abo emizini yabo kwakungu-Israyeli, nabapristi, namaLevi, namaNethini.
UNehemiya 7:60 - Contemporary Zulu Bible 2024 Zonke izinceku zethempelini nabantwana bezinceku zikaSolomoni zazingamakhulu amathathu namashumi ayisishiyagalolunye nambili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Onke amaNethini* nabantwana bezinceku zikaSolomoni babe ngamakhulu amathathu namashumi ayisihiyagalolunye nambili. IsiZulu 2020 Izisebenzi zasethempelini, abozalo lwezisebenzi zikaSolomoni, babengama-392. |
Abakhileyo kuqala emafeni abo emizini yabo kwakungu-Israyeli, nabapristi, namaLevi, namaNethini.
Zonke izinceku zethempelini nabantwana bezinceku zikaSolomoni zazingamakhulu amathathu namashumi ayisishiyagalolunye nambili.
abantwana bakwaShefathiya, abantwana bakwaHathili, abantwana bakwaPogereti Sebayimi, abantwana bakwa-Amoni.
Yibo futhi abakhuphuka besuka eThelimela, naseTheli-Haresa, naseKherubi, nase-Adoni, nase-Imeri, kodwa babengenakukwazisa indlu kayise nenzalo yabo, uma babevela kwa-Israyeli.