Abapristi: abantwana bakwaJedaya bendlu kaJeshuwa: amakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisikhombisa nantathu.
UNehemiya 7:39 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abapristi: abantwana bakwaJedaya bendlu kaJeshuwa: amakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisikhombisa nantathu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abapristi: abantwana bakwaJedaya, abendlu kaJeshuwa: ngamakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisikhombisa nantathu; IsiZulu 2020 Abaphristi: abozalo lukaJedaya, ozalweni lukaJeshuwa, bengama-973, |
Abapristi: abantwana bakwaJedaya bendlu kaJeshuwa: amakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisikhombisa nantathu.
Lezi ziyizinduna zesifunda ezahlala eJerusalema, kepha emizini yakwaJuda kwahlala, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe emizini yabo, u-Israyeli, nabapristi, namaLevi, namaNethini, nabantwana bezinceku zikaSolomoni.
Abantwana baseSenagi: yizinkulungwane ezintathu namakhulu ayisishiyagalolunye namashumi amathathu;