abantwana bakwaPhahati Mowabi babantwana bakwaJeshuwa noJowabe izinkulungwane ezimbili namakhulu ayisishiyagalombili neshumi nambili.
UNehemiya 7:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 abantwana bakwaPhahati Mowabi babantwana bakwaJeshuwa noJowabe izinkulungwane ezimbili namakhulu ayisishiyagalombili neshumi nesishiyagalombili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE abantwana bakwaPhahati Mowabi babantwana bakwaJeshuwa noJowabe: yizinkulungwane ezimbili namakhulu ayisishiyagalombili neshumi nesishiyagalombili; IsiZulu 2020 abolukaPhahathi Mowabi ozalweni lukaJeshuwa noJowabe bayizi-2 818, |
abantwana bakwaPhahati Mowabi babantwana bakwaJeshuwa noJowabe izinkulungwane ezimbili namakhulu ayisishiyagalombili neshumi nambili.
UMalikhiya, indodana kaHarimi, noHasubu, indodana kaPhahati Mowabi, balungisa elinye ibanga nombhoshongo wamaziko.
Abantwana bakwa-Elamu: yinkulungwane namakhulu amabili namashumi ayisihlanu nane;
U-Ezra umbhali wayemi epulpiti lamapulangwe ababelenzele lona; ngakuye uMatitja, noShema, no-Anaya, no-Uriya, noHilikiya, noMahaseja, bemi ngakwesokunene sakhe; futhi ngakwesobunxele sakhe uPhedaya noMishayeli noMalikhiya noHashumi noHasbadana noZakariya noMeshulamu.