abantwana bakwa-Aragi: ngamakhulu ayisikhombisa namashumi ayisikhombisa nanhlanu;
UNehemiya 7:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 abantwana bakwa-Aragi: ngamakhulu ayisithupha namashumi ayisihlanu nambili; IBHAYIBHELI ELINGCWELE abantwana bakwa-Ara: ngamakhulu ayisithupha namashumi ayisihlanu nambili; IsiZulu 2020 aboluka-Ara bangama-652, |
abantwana bakwa-Aragi: ngamakhulu ayisikhombisa namashumi ayisikhombisa nanhlanu;
Ngokuba babebaningi kwaJuda abafunga kuye, ngokuba wayengumkhwenyana kaSheganiya indodana ka-Ara; indodana yakhe uJohanani yathatha indodakazi kaMesulamu indodana kaBeregiya.
abantwana bakwaPhahati Mowabi babantwana bakwaJeshuwa noJowabe izinkulungwane ezimbili namakhulu ayisishiyagalombili neshumi nesishiyagalombili.
abantwana bakwaShefathiya: ngamakhulu amathathu namashumi ayisikhombisa nambili;