Ngase ngilwa nabo, ngabaqalekisa, ngabashaya abanye, ngabahluthula izinwele, ngabafungisa uNkulunkulu, ngathi: ‘Aniyikuwanika amadodana abo amadodakazi enu, ningathatheli amadodana enu namadodakazi abo.
UNehemiya 5:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi ngathukuthela kakhulu lapho ngibabiza futhi ngizwa lawa mazwi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngathukuthela kakhulu lapho ngizwa ukukhala kwabo nalawo mazwi. IsiZulu 2020 Ngathukuthela kakhulu lapho ngizwa izikhalo zabo namazwi abo. |
Ngase ngilwa nabo, ngabaqalekisa, ngabashaya abanye, ngabahluthula izinwele, ngabafungisa uNkulunkulu, ngathi: ‘Aniyikuwanika amadodana abo amadodakazi enu, ningathatheli amadodana enu namadodakazi abo.
Kwangidabukisa kakhulu; ngalokho ngalahla yonke impahla yasendlini kaThobiya endlini.
Ngase ngiceba phakathi kwami, ngabasola abakhulu nababusi, ngathi kubo: Nibiza inzalo, kube yilowo nalowo kumfowabo. Futhi ngabamisela ibandla elikhulu.
Zonke lezi zinceku zakho ziyakwehla, zifike kimi, zingikhothamele, zithi: ‘Hamba wena nabantu bonke abakulandelayo, mina-ke ngiyakusuka. Wasuka kuFaro ngolaka olukhulu.
Wabaqalaza ngokuthukuthela, edabukile ngobulukhuni benhliziyo yabo, wathi kumuntu: Yelula isandla sakho. Waseselula; saphiliswa isandla sakhe saba njengesinye.