Kubakhi, yilowo nalowo wabhinca inkemba yakhe okhalweni lwakhe, bakha kanjalo. Futhi owayeshaya icilongo wayenami.
UNehemiya 4:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngathi ezikhulwini nasezinduneni nakubo bonke abanye abantu: “Umsebenzi mkhulu, mkhulu, sahlukanisiwe odongeni, omunye kude nomunye; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba ngangithe kwabakhulu nakubabusi nakwabanye abantu: “Umsebenzi mkhulu, ubanzi, sahlukene ogangeni, omunye ukude nomunye. IsiZulu 2020 Ngathi kubaholi nezikhulu nakubantu: “Umsebenzi mkhulu, wendlalekile, thina siqhelelene kakhulu ogangeni. |
Kubakhi, yilowo nalowo wabhinca inkemba yakhe okhalweni lwakhe, bakha kanjalo. Futhi owayeshaya icilongo wayenami.
Nomaphi lapho nizwa khona ukukhala kwecilongo, niye khona; uNkulunkulu wethu uyakusilwela.