Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNehemiya 3:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

Eceleni kwakhe kwalungisa u-Uziyeli indodana kaHarihaya, umkhandi wegolide; Eceleni kwakhe uHananiya, indodana yabathaki beziqholo, naye wabuya, baqinisa iJerusalema kuze kube sogangeni olubanzi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Eceleni kwabo kwalungisa u-Uziyeli indodana kaHarihaya wabakhandi begolide. Eceleni kwakhe kwalungisa uHananiya wabathaki. Baliyeka iJerusalema kwaze kwaba soGangeni Olubanzi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ingxenye elandelayo yakhiwa ngu-Uziyeli, indodana kaHarihaya, umkhandigolide. Elandelayo yayihamba ize iyofika oGangeni Olukhulu, yona yakhiwa kabusha nguHananiya, owayenza amakha.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNehemiya 3:8
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJosefa wayala izinceku zakhe, inyanga, ukuba zigqumise uyise ngomzimba;


Esinye isixuku sezihlabelelo sahamba malungana nabo, mina ngemva kwabo nengxenye yabantu esodongeni, kusukela ngale kombhoshongo weziko kuze kufike odongeni olubanzi;


Kumelwe uwenze amafutha angcwele okugcoba, ingxube yokugcoba njengomsebenzi womkhanzi weziqholo; kuyakuba ngamafutha angcwele okugcoba.


Izimpukane ezifileyo zenza amafutha omgcobo akhiphe iphunga elibi; kanjalo nobuwula obuncane kowaziwa ngokuhlakanipha nodumo.


Bakhipha igolide esikhwameni, bakala isiliva esikalini, baqasha umkhandi wegolide; futhi ulenza libe unkulunkulu; bayawa phansi, yebo, bayakhuleka.