UNehemiya 3:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Eceleni kwakhe kwakha amadoda aseJeriko. Eceleni kwabo kwalungisa uSakuri indodana ka-Imri. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Eceleni kwakhe kwakha abantu baseJeriko, naseceleni kwabo kwakha uZakuri indodana ka-Imri. IsiZulu 2020 Eduze kwakhe kwakwakha amadoda aseJerikho, kwathi ingxenye elandelayo yakhiwa nguZakhari, indodona ka-Imri. |
Kodwa iSango Lezinhlanzi lakhiwa amadodana kaHasenaha, futhi babeka imishayo yalo, bamisa izicabha zalo, izihluthulelo zalo nemigoqo yalo.