UNehemiya 3:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 UMalikhiya, indodana kaHarimi, noHasubu, indodana kaPhahati Mowabi, balungisa elinye ibanga nombhoshongo wamaziko. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UMalikhiya, indodana kaHarimi, noHashubi, indodana kaPhahati Mowabi, balungisa elinye ibanga noMbhoshongo Wamaziko. IsiZulu 2020 Ingxenye elandelayo noMbhoshongo Wohhavini kwakhiwa nguMalikhija, indodana kaHarimi noHashubhi, indodana kaPhahathi Mowabi. |
abantwana bakwaPhahati Mowabi babantwana bakwaJeshuwa noJowabe izinkulungwane ezimbili namakhulu ayisishiyagalombili neshumi nambili.
Esinye isixuku sezihlabelelo sahamba malungana nabo, mina ngemva kwabo nengxenye yabantu esodongeni, kusukela ngale kombhoshongo weziko kuze kufike odongeni olubanzi;
Eceleni kwabo kwalungisa uJedaya indodana kaHarumafi malungana nendlu yakhe. Eceleni kwakhe uHathusi, indodana kaHasabinja, walulama.
abantwana bakwaPhahati Mowabi babantwana bakwaJeshuwa noJowabe izinkulungwane ezimbili namakhulu ayisishiyagalombili neshumi nesishiyagalombili.