Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNehemiya 2:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ngase ngifika kubabusi ngaphesheya komfula ngabanika izincwadi zenkosi. Inkosi yasithuma kanye lami izinduna zempi labagadi bamabhiza.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngase ngifika kubabusi phesheya koMfula,* ngabanika izincwadi zenkosi. Inkosi yayithume nami izinduna zempi nabamahhashi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Inkosi yathumela izikhulu zempi nabagibele amahhashi ukuba bangiphelekezele. Ngafinyelela kubabusi besifundazwe esiseNtshonalanga yeYufrathe, ngabanika izincwadi ezazibhalwe yinkosi.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNehemiya 2:9
2 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba ngaba namahloni ukucela enkosini iviyo lamasosha nabamahhashi ukuba basisize ezitheni endleleni, ngokuba sakhuluma enkosini, sathi: Isandla sikaNkulunkulu wethu siphezu kwabo bonke abamfunayo; kepha amandla akhe nolaka lwakhe kuphezu kwabo bonke abamshiyayo.


Ngasengisithi enkosini: Uba inkosi ithanda, kabanikelwe ababusi abangaphetsheya kweYufrathe izincwadi zami, ukuze bangisuse ngize ngifike kwaJuda;