Lapho bebiza inkosi, u-Eliyakimi indodana kaHilikiya owayephezu kwendlu waphuma waya kubo noShebina unobhala noJowaki indodana ka-Asafa umbusi.
UNehemiya 12:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 KuHilikiya: ngoHashabiya; kaJedaya, uNethaneli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ekaHilikiya: nguHashabiya; ekaJedaya: nguNethaneli. IsiZulu 2020 ekaHilikiya: nguHashabhiya; ekaJedaya: nguNethaneli. |
Lapho bebiza inkosi, u-Eliyakimi indodana kaHilikiya owayephezu kwendlu waphuma waya kubo noShebina unobhala noJowaki indodana ka-Asafa umbusi.
AmaLevi emihleni ka-Eliyashibi, noJehoyada, noJohanani, noJaduwa babhalwa njengezinhloko zezindlu zawoyise, nabapristi, kwaze kwaba sekubuseni kukaDariyu umPheresiya.