Wathi kubo: “Nina niyizinhloko zemindeni yamaLevi; zingcweliseni nina nabafowenu, ukuze nilethe umphongolo kaJehova uNkulunkulu ka-Israyeli endaweni engiwulungisele yona.
UNehemiya 12:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Emihleni kaJehoyakimi kwakukhona abapristi, izinhloko zawoyise: okaSeraya, nguMeraya; kuJeremiya: uHananiya; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Emihleni kaJoyakimi izinhloko zawoyise babapristi zaziyilezi: ekaSeraya: nguMeraya; ekaJeremiya: nguHananiya; IsiZulu 2020 Emihleni kaJoyakimi, izinhloko zoyise babaphristi kwakuyilezi: ekaSeraya: nguMeraya; ekaJeremiya: nguHananiya; |
Wathi kubo: “Nina niyizinhloko zemindeni yamaLevi; zingcweliseni nina nabafowenu, ukuze nilethe umphongolo kaJehova uNkulunkulu ka-Israyeli endaweni engiwulungisele yona.
Kwafunyanwa izinhloko zamadodana ka-Eleyazare eziningi kunasemadodaneni ka-Itamari; bahlukana kanjalo. Emadodaneni ka-Eleyazare kwakukhona izinhloko zezindlu zoyise eziyishumi nesithupha, nesishiyagalombili emadodaneni ka-Itamari ngezindlu zawoyise.
AmaLevi emihleni ka-Eliyashibi, noJehoyada, noJohanani, noJaduwa babhalwa njengezinhloko zezindlu zawoyise, nabapristi, kwaze kwaba sekubuseni kukaDariyu umPheresiya.