nabafowabo ngezizukulwane zabo, amakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisihlanu nesithupha. Wonke la madoda ayeyizinhloko zezindlu zoyise ezindlini zawoyise.
UNehemiya 11:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Emva kwakhe uGabayi noSalayi, amakhulu ayisishiyagalolunye namashumi amabili nesishiyagalombili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Emva kwakhe ngoGabayi noSalayi, bengamakhulu ayisishiyagalolunye namashumi amabili nesishiyagalombili. IsiZulu 2020 Emva kwakhe: nguGabhayi noSalayi, bengama-928. |
nabafowabo ngezizukulwane zabo, amakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisihlanu nesithupha. Wonke la madoda ayeyizinhloko zezindlu zoyise ezindlini zawoyise.
Lawa angamadodana kaBenjamini; USalu indodana kaMeshulamu indodana kaJuda indodana kaPhedaya indodana kaKholaja indodana kaMahaseya indodana kaIthiyeli indodana ka-Isaya.
UJoweli indodana kaZigri wayengumbonisi wabo, uJuda indodana kaSenuwa engowesibili phezu komuzi.