Elokhu ehoxisa isandla sakhe, umfowabo waphuma, wathi: “Nifohle kanjani na?” ngakho-ke igama lakhe lathiwa uParesi.
UNehemiya 11:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Onke amadodana kaPerezi ayehlala eJerusalema ayengamadoda anamandla angamakhulu amane namashumi ayisithupha nesishiyagalombili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Onke amadodana kaPheresi ahlala eJerusalema ayengamadoda anamandla angamakhulu amane namashumi ayisithupha nesishiyagalombili. IsiZulu 2020 Bonke abozalo lukaPherezi ababehlala eJerusalema kwakungamadoda anamandla angama-468. |
Elokhu ehoxisa isandla sakhe, umfowabo waphuma, wathi: “Nifohle kanjani na?” ngakho-ke igama lakhe lathiwa uParesi.
u-Uthayi indodana ka-Amihudi indodana ka-Omri indodana ka-Imri indodana kaBani emadodaneni kaPheresi indodana kaJuda.
noMahaseya, indodana kaBaruki, indodana kaKolihose, indodana kaHazaya, indodana ka-Adaya, indodana kaJojaribi, indodana kaZakariya, indodana kaSiloni.
Lawa angamadodana kaBenjamini; USalu indodana kaMeshulamu indodana kaJuda indodana kaPhedaya indodana kaKholaja indodana kaMahaseya indodana kaIthiyeli indodana ka-Isaya.
Amadodana kaJuda ngemindeni yawo; kwaSela: ngumndeni wakwaSela; kwaPheresi: ngumndeni wakwaFarasi; kwaSeraki: ngumndeni wakwaSarigi.