Laba bangabantwana besifunda abenyuka besuka ekuthunjweni kwabathunjwa, uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, abathumbela eBabele, babuyela eJerusalema nakwaJuda, kwaba yilowo nalowo emzini wakubo;
UNehemiya 11:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lezi ziyizinduna zesifunda ezahlala eJerusalema, kepha emizini yakwaJuda kwahlala, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe emizini yabo, u-Israyeli, nabapristi, namaLevi, namaNethini, nabantwana bezinceku zikaSolomoni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nazi izinhloko zezwe ezazihlala eJerusalema; kepha emizini yakwaJuda bahlala emizini yabo, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe: abakwa-Israyeli, nabapristi, namaLevi, namaNethini,* nabantwana bezinceku zikaSolomoni. IsiZulu 2020 Nazi izinhloko zezifundazwe ezazihlala eJerusalema, kodwa emizini yakwaJuda bonke babehlala ezindaweni zabo: abakwa-Israyeli, abaphristi, abaLevi, izisebenzi zasethempelini, nabozalo lwezinceku zikaSolomoni. |
Laba bangabantwana besifunda abenyuka besuka ekuthunjweni kwabathunjwa, uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, abathumbela eBabele, babuyela eJerusalema nakwaJuda, kwaba yilowo nalowo emzini wakubo;
AmaNethini: abantwana bakwaSiha, abantwana bakwaHasufa, abantwana bakwaThabawoti,
Abapristi namaLevi nabanye abantu nabahlabeleli nabalindisango namaNethini bahlala emizini yabo, no-Israyeli wonke emizini yabo.
Insali yakwa-Israyeli, abapristi namaLevi, babekuyo yonke imizi yakwaJuda, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe.
EJerusalema kwahlala abanye babantwana bakwaJuda nabakwaBenjamini. Kubantwana bakwaJuda; u-Ataja indodana ka-Uziya indodana kaZakariya indodana ka-Amariya indodana kaShefathiya indodana kaMahalaleli emadodaneni kaPheresi;
Abapristi: abantwana bakwaJedaya bendlu kaJeshuwa: amakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisikhombisa nantathu.
AmaLevi: abantwana bakwaJeshuwa, kaKadimiyeli nabantwana bakwaHodewa, amashumi ayisikhombisa nane.
AmaNethini: abantwana bakwaSiha, abantwana bakwaHasufa, abantwana bakwaThabawoti,
Laba ngabantwana besifunda abenyuka bevela ekuthunjweni, abathunjwa uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, wabathumba, wabuyela eJerusalema nakwaJuda, kwaba yilowo nalowo emzini wakubo;
abeza noZerubhabhele, noJeshuwa, noNehemiya, no-Azariya, noRamaya, noNahamani, noMoridekayi, noBilsan, noMisperet, noBhigwayi, noNehume, noBahana. Inani lamadoda abantwana bakwa-Israyeli laliyilo;
Abapristi namaLevi nabalindisango nabahlabeleli nabanye abantu namaNethini no-Israyeli wonke bahlala emizini yabo; ekufikeni kwenyanga yesikhombisa abantwana bakoIsrayeli besemizini yabo.