USara wafa eKiriyati ka-Arba; yiHebroni ezweni laseKhanani; u-Abrahama weza ukumlilela uSara nokumkhalela.
UNehemiya 11:25 - Contemporary Zulu Bible 2024 Emizini namasimu ayo kwahlala abanye babantwana bakwaJuda eKiriyati-Arba nasemadlelweni ayo, naseDiboni nasemasangweni ayo, naseJekabiseyeli nasemizaneni yayo; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Emizaneni inamasimu ayo kwahlala abanye abantwana bakwaJuda: eKiriyati Araba nasemizaneni yalo, naseDiboni nasemizaneni yalo, naseJekabiseyeli nasemizaneni yalo, IsiZulu 2020 Maqondana nemizana namasimu ayo, kwahlala abanye abantu bakwaJuda: eKiriyathi Arbha nasemizaneni yalo, eDibhoni nasemizaneni yalo, eJekabhizeyeli nasemizaneni yalo, |
USara wafa eKiriyati ka-Arba; yiHebroni ezweni laseKhanani; u-Abrahama weza ukumlilela uSara nokumkhalela.
iHeshiboni nayo yonke imizi yalo esethafeni; iDiboni, neBamoti Bali, neBeti Bali-meyoni,
kusukela e-Aroweri elisosebeni lomfula i-Arinoni, nomuzi ophakathi nomfula, nethafa lonke kusukela eMedeba kuze kube seDiboni;
Igama leHebroni laliyiKiriyati-Arba kuqala; u-Arba wayengumuntu omkhulu phakathi kwama-Anaki. Izwe laphumula empini.