Naye uShemaya indodana yakhe wazalelwa amadodana abusa endlini yonke kayise, ngokuba ayengamaqhawe anamandla.
UNehemiya 11:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 nabafowabo, amaqhawe anesibindi, ikhulu namashumi amabili nesishiyagalombili; umbonisi wabo kwakunguSabidiyeli indodana yezikhulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nabafowabo, amaqhawe anamandla, beyikhulu namashumi amabili nesishiyagalombili; umbonisi wabo wayenguZabidiyeli, indodana kaHagedolimi. IsiZulu 2020 nabafowabo, amaqhawe anamandla ayeyi-128. Umphathi wabo omkhulu kwakunguZabhidiyeli, indodana kaHagedolimi. |
Naye uShemaya indodana yakhe wazalelwa amadodana abusa endlini yonke kayise, ngokuba ayengamaqhawe anamandla.
nabafowabo, izinhloko zezindlu zoyise, inkulungwane namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisithupha; amadoda amaningi anamandla emsebenzini wenkonzo yendlu kaNkulunkulu.
nabafowabo, izinhloko zawoyise, bengamakhulu amabili namashumi amane nambili; no-Amasayi indodana ka-Azareli indodana ka-Ahashayi indodana kaMeshilemoti indodana ka-Imeri,
KumaLevi: nguShemaya, indodana kaHashubi, indodana ka-Asirikamu, indodana kaHashabiya, indodana kaBuni;
Umbonisi wamaLevi eJerusalema kwakungu-Uzi indodana kaBani indodana kaHashabiya indodana kaMathaniya indodana kaMika. Kumadodana ka-Asafa kwakukhona abahlabeleli ngomsebenzi wendlu kaNkulunkulu.
noMahaseya, noShemiya, no-Eleyazare, no-Uzi, noJohanani, noMalikhiya, no-Elamu, no-Ezeri. Futhi abahlabeleli bahlabelela phezulu, kanye noJísraja, umnakekeli wabo.