UNehemiya 11:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 nabafowabo, izinhloko zawoyise, bengamakhulu amabili namashumi amane nambili; no-Amasayi indodana ka-Azareli indodana ka-Ahashayi indodana kaMeshilemoti indodana ka-Imeri, IBHAYIBHELI ELINGCWELE nabafowabo, izinhloko zawoyise, bengamakhulu amabili namashumi amane nambili, no-Amashisayi ka-Azareli, ka-Ahizayi, kaMeshilemoti, ka-Imeri; IsiZulu 2020 nabafowabo ababeyizinhloko zemindeni, bengamadoda angama-242, no-Amashisayi ka-Azareli, ka-Ahizayi, kaMeshilemothi, ka-Imeri; |
Abafowabo abenza umsebenzi wendlu babengamakhulu ayisishiyagalombili namashumi amabili nambili; no-Adaya indodana kaJerohamu indodana kaPhelaliya indodana ka-Amsi indodana kaZakariya indodana kaPhashuri indodana kaMalikiya,
nabafowabo, amaqhawe anesibindi, ikhulu namashumi amabili nesishiyagalombili; umbonisi wabo kwakunguSabidiyeli indodana yezikhulu.