Amadodana kaSimeyoni ngu oJemuweli, noJamini, no-Ohadi, noJagini, noSohari, noSawule, indodana yowesifazane waseKhanani.
UNehemiya 11:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kubapristi: ngoJedaya, indodana kaJehoyaribi, noJagini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kubapristi: nguJedaya, indodana kaJoyaribi, noJakini, IsiZulu 2020 Kubaphristi: nguJedaya, indodana kaJoyaribhi, uJakhini, |
Amadodana kaSimeyoni ngu oJemuweli, noJamini, no-Ohadi, noJagini, noSohari, noSawule, indodana yowesifazane waseKhanani.
Abapristi: abantwana bakwaJedaya bendlu kaJeshuwa: amakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisikhombisa nantathu.
Ngase ngithuma o-Eliyezeri, no-Ariyeli, noShemaya, no-Elinathani, noJaribi, no-Elinathani, noNathani, noZakariya, noMeshulamu, izinhloko; nakuJehoyaribi naku-Elinathani, amadoda ahlakaniphileyo.
USeraya indodana kaHilikiya indodana kaMeshulamu indodana kaSadoki indodana kaMerayoti indodana ka-Ahithubi wayengumphathi wendlu kaNkulunkulu.
UJoweli indodana kaZigri wayengumbonisi wabo, uJuda indodana kaSenuwa engowesibili phezu komuzi.
Abapristi: abantwana bakwaJedaya bendlu kaJeshuwa: amakhulu ayisishiyagalolunye namashumi ayisikhombisa nantathu.