UNehemiya 10:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 uMeshulamu, u-Abhiya, uMiyamini, IBHAYIBHELI ELINGCWELE noMeshulamu, no-Abiya, noMijamini, IsiZulu 2020 uMeshulamu, u-Abhiya, uMijamini, |
USeraya indodana kaHilikiya indodana kaMeshulamu indodana kaSadoki indodana kaMerayoti indodana ka-Ahithubi wayengumphathi wendlu kaNkulunkulu.
Abapristi; o-Eliyakimi, noMahaseya, noMiniyamini, noMigaya, no-Eliyohenayi, noZakariya, noHananiya, benamacilongo;
Isango elidala lalilungiswa nguJehoyada indodana kaPhasehaki, noMeshulamu indodana kaBesodiya; babeka imishayo yalo, bamisa izivalo zalo nezihluthulelo zalo nemigoqo yalo.
U-Ezra umbhali wayemi epulpiti lamapulangwe ababelenzele lona; ngakuye uMatitja, noShema, no-Anaya, no-Uriya, noHilikiya, noMahaseja, bemi ngakwesokunene sakhe; futhi ngakwesobunxele sakhe uPhedaya noMishayeli noMalikhiya noHashumi noHasbadana noZakariya noMeshulamu.