UNehemiya 10:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 uPhashuri, u-Amariya, uMalkhiya, IBHAYIBHELI ELINGCWELE noPhashuri, no-Amariya, noMalikhiya, IsiZulu 2020 uPhashuri, u-Amariya, uMalikhiya, |
no-Adaya, indodana kaJerohamu, indodana kaPhashuri, indodana kaMalikiya, noMahasayi, indodana ka-Adiyeli, indodana kaJagishera, indodana kaMeshulamu, indodana kaMesilemiti, indodana ka-Imeri;
USeraya indodana kaHilikiya indodana kaMeshulamu indodana kaSadoki indodana kaMerayoti indodana ka-Ahithubi wayengumphathi wendlu kaNkulunkulu.
Abafowabo abenza umsebenzi wendlu babengamakhulu ayisishiyagalombili namashumi amabili nambili; no-Adaya indodana kaJerohamu indodana kaPhelaliya indodana ka-Amsi indodana kaZakariya indodana kaPhashuri indodana kaMalikiya,
Laba bangabapristi namaLevi abenyuka noZerubabele indodana kaSheyalitiyeli noJeshuwa: uSeraya, noJeremiya, no-Ezra,
UMalikhiya, indodana kaHarimi, noHasubu, indodana kaPhahati Mowabi, balungisa elinye ibanga nombhoshongo wamaziko.
U-Ezra umbhali wayemi epulpiti lamapulangwe ababelenzele lona; ngakuye uMatitja, noShema, no-Anaya, no-Uriya, noHilikiya, noMahaseja, bemi ngakwesokunene sakhe; futhi ngakwesobunxele sakhe uPhedaya noMishayeli noMalikhiya noHashumi noHasbadana noZakariya noMeshulamu.