Amadodana omkakhe uHodiya, udadewabo kaNahamu, uyise kaKehila umGarmi, no-Estemowa umMahaga.
UNehemiya 10:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abafowabo: ngoShebaniya, noHodiya, noKelitha, noPhelaya, noHanani, IBHAYIBHELI ELINGCWELE nabafowabo oShebaniya, noHodiya, noKelitha, noPhelaya, noHanani, IsiZulu 2020 nabafowabo uShebhaniya, uHodiya, uKhelitha, uPhelaya, uHanani, |
Amadodana omkakhe uHodiya, udadewabo kaNahamu, uyise kaKehila umGarmi, no-Estemowa umMahaga.
NakubaLevi; uJozabadi, noShimeyi, noKelaya, okungukuthi uKelitha, noPetagiya, noJuda, no-Eliyezeri.
Ngosuku lwesine kwalinganiswa isiliva negolide nezitsha zendlu kaNkulunkulu wethu ngesandla sikaMeremoti indodana ka-Uriya umpristi; kanye naye kwakungu-Eleyazare indodana kaFinehasi; kanye nabo kwakunguJozabadi indodana kaJeshuwa, noNowa, indodana kaBinuwi, amaLevi;
AmaLevi: noJeshuwa, indodana ka-Asaniya, noBinuwi emadodaneni kaHenadadi, noKadimiyeli;
AmaLevi: ngoJeshuwa, noBhinuwi, noKadimiyeli, noSherebiya, noJuda, noMathaniya, ababephethe ukubonga, yena nabafowabo.
Emva kwakhe uBinuwi indodana kaHenadadi walungisa elinye ibanga, kusukela endlini ka-Azariya kuze kube segumbini logange kuze kufike ekhoneni.
AmaLevi: abantwana bakwaJeshuwa, kaKadimiyeli nabantwana bakwaHodewa, amashumi ayisikhombisa nane.
OJehuwa, noBani, noSherebiya, noJamini, no-Akubi, noSabhethayi, noHodiya, noMahaseya, noKelitha, no-Azariya, noJozabadi, noHanani, noPhelaya, namaLevi, baqondisa abantu umthetho, nabantu bema ezindaweni zabo.