Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNehemiya 1:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

Khumbula izwi owayala ngalo inceku yakho uMose ngokuthi: Uma neqa, ngiyakunihlakazela ezizweni.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

“Ake ulikhumbule izwi owayala ngalo inceku yakho uMose ngokuthi: ‘Uma niphambuka, mina ngiyakunihlakazela phakathi kwezizwe;

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Khumbula owakusho kuMose lapho uthi: ‘Uma ningihlubuka ngizonihlakazela phakathi kwezizwe,

Uka jalj uñjjattʼäta



UNehemiya 1:8
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ZAIN. Khumbula izwi ongenze ngalithemba encekwini yakho.


Ngiyokuhlakaza phakathi kwezizwe ngikuhlakaze emazweni ngichithe ukungcola kwakho kuwe.


Ngakho oyise bayakudla amadodana phakathi kwakho, amadodana adle oyise; ngiyakwenza izahlulelo phezu kwakho, ngiyihlakazele yonke insali yakho emimoyeni yonke.


Kepha ngiyakushiya insali, ukuze nibe nabaphunyuka enkembeni phakathi kwezizwe, lapho nihlakazwa emazweni.


Ukwenzela obaba umusa nokukhumbula isivumelwano sakhe esingcwele;


UJehova uyakunihlakaza phakathi kwabantu bonke, kusukela komunye umkhawulo womhlaba kuze kufike komunye; lapho niyokhonza abanye onkulunkulu enaningabazi wena nawoyihlo, imithi namatshe.