uFaro, inkosi yaseGibithe, nezinceku zakhe, nezikhulu zakhe, nabantu bakhe bonke;
UNahume 3:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wena ungcono yini kunabantu baseNo, ababemi phakathi kwemifula, amanzi abo nxazonke, osebe lwabo lululwandle, nogange lwabo lwaluvela olwandle, na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Umuhle wena kuneNo Amoni elaliphakathi kwemifula, elalizungezwe ngamanzi, elilugange lwalo lwalululwandle, nelidonga lwalo lungamanzi, na? IsiZulu 2020 Umuhle yini wena kuneNo Amoni elaliphakathi kwemifula, lizungezwe ngamanzi, ugange lwalo kuwulwandle, nodonga lwalo kungamanzi na? |
uFaro, inkosi yaseGibithe, nezinceku zakhe, nezikhulu zakhe, nabantu bakhe bonke;
Izizwe zezwa ngehlazo lakho, ukukhala kwakho kwagcwalisa izwe, ngokuba iqhawe likhubeke eqhaweni, bawa bobabili kanyekanye.
Uyoba phansi kunayo yonke imibuso; futhi ngeke lisaziphakamisa ngaphezu kwezizwe, ngoba ngizobanciphisa, ukuze bangabe besabusa phezu kwezizwe.
Hambani niye eKaline, nibone; nisuke lapho, niye eHamati elikhulu; bese wehlela eGati lamaFilisti. Ingabe ingcono kunale mibuso? noma umngcele wabo mkhulu kunomngcele wakho?