Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNahume 3:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

Zonke izinqaba zakho ziyakuba njengemikhiwane enamakhiwane avuthwayo; uma zinyakaziswa, ziwela ngisho emlonyeni wodlayo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Zonke izinqaba zakho ziyimikhiwane enamakhiwane ayingqalabutho; uma inyakaziswa, awela emlonyeni wodlayo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Zonke izinqaba zakho ziyimikhiwane enamakhiwane okuqala asevuthiwe; uma inyakaziswa awela emlonyeni wodlayo.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNahume 3:12
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ubuhle obukhazimulayo obuphezu kwesigodi esivundileyo buyakuba yiluba eliqhakazayo, njengesithelo esiphuphumayo ngaphambi kwehlobo; kuthi olibhekayo abone, lisesesandleni sakhe, uyakudla.


Esinye isitsha sasinamakhiwane amahle kakhulu, njengamakhiwane avuthwa kuqala; esinye isitsha sasinamakhiwane amaningi amabi, ayengenakudliwa ngokuba mabi kakhulu.


Bayoklolodela amakhosi, nezikhulu zibe yinhlekisa kubo; bayoklolodela zonke izinqaba; ngoba bayobutha uthuli futhi baluthathe.


Izinkanyezi zezulu zawela emhlabeni, njengomkhiwane uvuthulula amakhiwane awo amadala, lapho unyakaziswa ngumoya onamandla.