Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNahume 2:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

UHuzabi uyakuthunjwa, akhushulwe, izincekukazi zakhe zimhambise njengezwi lamajuba ahlala phezu kwezifuba zawo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kunqunyiwe: liyambulwa, lisuswe; izincekukazi zalo zibubula ngezwi lamajuba, zibetha phezu kwezinhliziyo zazo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Kunqunyiwe ngalo, liyambulwa, liyathunjwa, nezincekukazi zalo ziyalila njengokukhala kwamajuba, azishaya phezu kwezinhliziyo.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNahume 2:7
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bayakulilela imibele, ngamasimu amnandi, nangomvini othelayo;


Ngakhala njengenkonjane nenkonjane; ngalila njengejuba; amehlo ami aphelelwe ukubheka phezulu; zenzele mina.


Sonke siyabhonga njengamabhere, silila njengamajuba; silindela ukwahlulelwa, kepha akukho; ekusindisweni, kepha kukude nathi.


Kodwa labo abababalekelayo bayakubalekela, babe sezintabeni njengamajuba aphuma ezigodini, bonke belila, kube yilowo nalowo ngenxa yobubi bakhe.


Amasango emifula ayakuvulwa, isigodlo sibhidlizwe.


Bheka, abantu bakho phakathi kwakho bangabesifazane; amasango ezwe lakho ayovulelwa kakhulu izitha zakho; umlilo uyodla izingidi zakho.


Kwathi uPetro esegcekeni ngaphansi, kwafika enye yezincekukazi zomphristi omkhulu.


Kwamlandela isixuku esikhulu sabantu, nabesifazane ababemkhalela, bemlilela.


Isixuku sonke esasibuthene kulowo mbono, sibona okwenzekileyo, sabuyela emuva, sishaya izifuba.