Kukhona ububi obukhulu engibubonile phansi kwelanga, ingcebo egcinelwe abaniniyo kube kubi kubo.
UmShumayeli 6:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kukhona ububi engibubonile phansi kwelanga, futhi buvamile phakathi kwabantu: IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kukhona ububi engibubonile phansi kwelanga ukuthi bunzima phezu kwabantu: IsiZulu 2020 Ngabona enye into embi phansi komthunzi welanga, futhi ingumthwalo onzima emahlombe abantu. |
Kukhona ububi obukhulu engibubonile phansi kwelanga, ingcebo egcinelwe abaniniyo kube kubi kubo.
Umuntu uNkulunkulu amnike ingcebo nodumo, angasweli lutho emphefumulweni wakhe kukho konke akufisayo, kepha uNkulunkulu akamniki amandla okukudla, kepha owezizweni uyakudla; kuyize, kuyize. yisifo esibi.