UmShumayeli 5:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba iphupho liza ngobuningi bezindaba; izwi lesiwula laziwa ngamazwi amaningi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba iphupho livela ngemisebenzi eminingi nephimbo lesiwula ngobuningi bamazwi. IsiZulu 2020 Ngokuba iphupho livela nemisebenzi eminingi; nezwi lesiwula linamagama amaningi. |
Ulimi lwabahlakaniphileyo lusebenzisa ulwazi ngokufanele, kodwa umlomo weziwula uthulula ubuwula.
Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi kibo: Uba umuntu enze isithembiso esisodwa, abantu ngokulinganisa kwenu bazakuba ngekaJehova.