Ivila aliyikulima ngenxa yamakhaza; ngalokho iyakucela ngesikhathi sokuvuna, ingatholi lutho.
UmShumayeli 11:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Obheka umoya akayikuhlwanyela; futhi obheka amafu ngeke avune. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Oqaphela umoya akayikuhlwanyela; obheka amafu kayikuvuna. IsiZulu 2020 Onaka umoya akasoze atshala; nalowo onaka amafu akasoze avuna. |
Ivila aliyikulima ngenxa yamakhaza; ngalokho iyakucela ngesikhathi sokuvuna, ingatholi lutho.
Ungagodleli okuhle kulabo okubafanele, uma kusemandleni esandla sakho ukwenza kanjalo.
Lapho amafu egcwele imvula, athululela emhlabeni; uma umuthi uwa ngaseningizimu noma ngasenyakatho, endaweni lapho isihlahla uwe khona, siyakuba-khona.
Njengoba nje ungayazi indlela yomoya nokuthi akhula kanjani amathambo esibelethweni sokhulelweyo, kanjalo awuyazi imisebenzi kaNkulunkulu owenza zonke izinto.