Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UmShumayeli 1:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ilanga liyaphuma futhi ilanga liyashona futhi liphuthuma endaweni yalo lapho liphuma khona.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ilanga liyaphuma, ilanga liyashona, lishesha ukuya endaweni yalo lapho liphuma khona.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ilanga liyaphuma, lishone, lisheshe liye endaweni yalo lapho liphuma khona.

Uka jalj uñjjattʼäta



UmShumayeli 1:5
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Umhlaba usekhona, ukuhlwanyela nokuvuna, amakhaza, nokushisa, nehlobo, nobusika, nemini nobusuku, akuyikunqamuka.


Kumholi wokuhlabelela, iMasigili, lamadodana kaKora. Njengendluzele ilangazelela imifula yamanzi, kanjalo umphefumulo wami ulangazelela wena, Nkulunkulu.


Umcibisholo uze ungene esibindini sakhe; njengenyoni igijimela ogibeni, ingazi ukuthi kungenxa yomphefumulo wayo.


Usho kanje uJehova, uthi: “Uma nisephula isivumelwano sami semini nesivumelwano sami sobusuku, kungabikho imini nobusuku ngesikhathi sako;


Ilanga nenyanga kwema endaweni yakho yokuhlala, ngokukhanya kwemicibisholo yakho yadlula ngokubenyezela komkhonto wakho.