UJakobe wathi kuFaro: “Izinsuku zeminyaka yokuhamba kwami ziyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu; oyise ezinsukwini zokuhambela kwabo.
UmShumayeli 1:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Isizukulwane siyedlula, isizukulwane siyeza, kodwa umhlaba umi kuze kube nininini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Isizukulwane siyamuka, isizukulwane siyeza, kepha umhlaba umi phakade. IsiZulu 2020 Isizukulwane siyafika, sedlule, kodwa umhlaba umi ingunaphakade. |
UJakobe wathi kuFaro: “Izinsuku zeminyaka yokuhamba kwami ziyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu; oyise ezinsukwini zokuhambela kwabo.
(IsiHlabelelo seziHlabelelo.) Abamethembayo uJehova bayakuba njengentaba yaseSiyoni enganyakazi kepha imi phakade.
Ngoba ngubani owaziyo okumlungele umuntu kulokhu kuphila, zonke izinsuku zokuphila kwakhe okuyize azidlayo njengesithunzi na? ngoba ngubani ongazi okuzakuba emva kwakhe phansi kwelanga?