Anogcina amasabatha ami, nihawukele indlu yami engcwele; nginguJehova.
“ ‘Anogcina amasabatha ami, nihloniphe indlu yami engcwele; nginguJehova.
“ ‘Niyogcina amasabatha ami, nihloniphe indawo yami engcwele; nginguSimakade.
Khumbula usuku lwesabatha, ulungcwelise.
“Khuluma futhi kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘Niyawagcina amasabatha ami, ngokuba ayisibonakaliso phakathi kwami nani ezizukulwaneni zenu; ukuze nazi ukuthi nginguJehova oningcwelisayo.