Lokhu kuyakuba-yisibonakaliso kuwe: Niyakudla izimilile zodwa kulo nyaka, nangomnyaka wesibili okumilile kukho; ngomnyaka wesithathu nihlwanyele, nivune, nitshale izivini, nidle izithelo zazo.
ULevitikusi 26:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Niyakudla isithombo esidala, nikhiphe esidala ngenxa yesisha. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Niyakudla unyasa omdala, nikhiphe unyasa ngenxa yokusha. IsiZulu 2020 Niyakudla okugcinwe ezinqolobaneni, nikhiphe okudala ukuze ningenise okusha. |
Lokhu kuyakuba-yisibonakaliso kuwe: Niyakudla izimilile zodwa kulo nyaka, nangomnyaka wesibili okumilile kukho; ngomnyaka wesithathu nihlwanyele, nivune, nitshale izivini, nidle izithelo zazo.
Kumelwe nihlwanyele ngonyaka wesishiyagalombili futhi niqhubeke nidle izithelo ezindala kuze kube unyaka wesishiyagalolunye; kuze kufike isithelo sawo, niyakudla esitolo esidala.
Wazindla phakathi kwakhe, wathi: Ngizakwenzani, lokhu kangilandawo lapho engingabuthela khona izithelo zami?
Badla ngosuku olulandelayo emva kwephasika ukolweni wezwe, amaqebelengwane angenamvubelo nokolweni okuthosiwe ngalolo suku.