Ngathi kubo: “Ningcwele kuJehova; izinto nazo zingcwele; isiliva negolide kungumnikelo wesihle kuJehova uNkulunkulu wawoyihlo.
ULevitikusi 22:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Yisho kubo ukuthi: ‘Yilowo nalowo wenzalo yenu ezizukulwaneni zenu oya ezintweni ezingcwele, abantwana bakwa-Israyeli abazingcwelisela uJehova, ukungcola kwakhe kuphezu kwakhe, lowo muntu uyakunqunywa ebusweni bami; iNkosi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Yisho kubo ukuthi: ‘Yilowo nalowo wenzalo yenu yonke ezizukulwaneni zenu osondela ezintweni ezingcwele abantwana bakwa-Israyeli abazingcwelisela uJehova, esengcolile, lowo muntu uyakunqunywa, angabikho phambi kwami; nginguJehova. IsiZulu 2020 “Yisho kubo uthi: ‘Yilowo nalowo, ozalweni lwenu lonke nakuzo zonke izizukulwane zenu, oyosondela ezintweni ezingcwele abantu bakwa-Israyeli abazehlukanisile njengezingcwele kuSimakade, ebe engcolile, lowo muntu uyonqunywa phambi kwami; nginguSimakade. |
Ngathi kubo: “Ningcwele kuJehova; izinto nazo zingcwele; isiliva negolide kungumnikelo wesihle kuJehova uNkulunkulu wawoyihlo.
Uzangitshengisa indlela yokuphila; phambi kobuso Bakho kugcwele intokozo; ngakwesokunene sakho kukhona okuthokozisayo kuze kube phakade.
Loba ngubani obutha into enjengale kumbe obeka enye yazo kowezizweni, kumele axotshwe ebantwini bakibo.
Yisho ku-Aroni nakumadodana akhe ukuba bazihlukanise nezinto ezingcwele zabantwana bakwa-Israyeli, bangangcolisi igama lami elingcwele ezintweni abazingcwelisa kimi; nginguJehova.
Yilowo nalowo othinta isidumbu sofileyo, angaziphothuli, ungcolisa itabernakele likaJehova; lowo mphefumulo kumelwe unqunywe kwa-Israyeli; ngokuba amanzi okuphothula engafafazwanga phezu kwakhe, uyakuba ngongcolile; ukungcola kwakhe kusephezu kwakhe.
Khona iyakuthi nakwabangakwesokhohlo: Sukani kimi nina baqalekisiweyo, niye emlilweni ophakade olungiselwe uSathane nezingelosi zakhe;
abayakujeziswa ngokubhujiswa okuphakade basuke ebusweni beNkosi nasenkazimulweni yamandla ayo;