Ngakho anogcina isiyalezo sami, ukuze ningenzi nayiyodwa yalezi zenzo ezinengekayo ezenziwa ngaphambi kwenu, ningangcolisi ngazo; nginguJehova uNkulunkulu wenu.
ULevitikusi 19:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova wakhuluma kuMose, wathi: IsiZulu 2020 USimakade wakhuluma kuMose, wathi: |
Ngakho anogcina isiyalezo sami, ukuze ningenzi nayiyodwa yalezi zenzo ezinengekayo ezenziwa ngaphambi kwenu, ningangcolisi ngazo; nginguJehova uNkulunkulu wenu.
Khuluma kuyo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, uthi kuyo: Banini ngcwele, ngokuba mina Jehova uNkulunkulu wenu ngingcwele.