umpristi ambheke, uma idunguza limhlophe esikhumbeni, kwenze uboya baba mhlophe, kukhona inyama ebomvu edunguzeni;
ULevitikusi 13:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lapho isifo sochoko sikumuntu, kumelwe alethwe kumpristi; IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Nxa isifo sochoko sikumuntu, uyakulethwa kumpristi, IsiZulu 2020 “Uma umuntu etheleleke ngesifo sochoko, uyakuyiswa kumphristi, |
umpristi ambheke, uma idunguza limhlophe esikhumbeni, kwenze uboya baba mhlophe, kukhona inyama ebomvu edunguzeni;
“Nxa umuntu enesikhumbeni, noma utwayi, noma ibala elikhanyayo, kusesikhumbeni senyama yakhe njengesifo sochoko; khona-ke kumelwe ilethwe ku-Aroni umpristi noma kwenye yamadodana akhe, abapristi.
Uma umpristi ebona ukuthi utwayi lwandile esikhumbeni, umpristi kumelwe athi ungcolile; luchoko.