Lapho ukuhlakanipha kungena enhliziyweni yakho, nolwazi luthokozisa umphefumulo wakho;
ULevitikusi 11:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Konke okudabula izinzipho nezinyawo eziqhekezayo, okwetshisayo phakathi kwezilwane, ningazidla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE zonke ezahlukanisa inselo, nezidabula inselo kabili, nezetshisayo kuzo izilwane, lezo ningazidla. IsiZulu 2020 zonke ezinezinselo ezehlukene, izinselo ezehlukene kabili, nezetshisayo emfuyweni, niyakuzidla. |
Lapho ukuhlakanipha kungena enhliziyweni yakho, nolwazi luthokozisa umphefumulo wakho;
Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi: Lezi ziyizilwane enizazidla phakathi kwezilwane zonke ezisemhlabeni.
Izidumbu zazo zonke izilwane ezidabula izinzipho zingadabulanga, zingatshisi, zingcolile kini; noma ubani oyithintayo uyakuba ngongcolile.
Kepha kwezetshisayo aniyikuzidla nakwezidabula izinselo, njengekamela, ngokuba liyetshisa, lingadabuli izinselo zalo; ungcolile kini.
Nezingulube, nakuba zahlukanisile, zadabula izinselo, aziyetshisi; ungcolile kini.
Labo babenobuntu kunabaseThesalonika, balamukela izwi ngenhliziyo yonke, behlola imibhalo imihla ngemihla ukuthi zinjalo yini lezo zinto;
Ngalokho phumani phakathi kwabo, nahlukane nabo, isho iNkosi, ningathinti okungcolileyo; futhi ngizokwamukela,
Zonke izilwane ezidabula izinzipho nezihlukanisa uzipho zibe yizinzipho ezimbili, ezetshisayo phakathi kwezilwane, ningazidla.
Nengulube, ngokuba yahlukanisa izinselo, kepha ayetshisi, ingcolile kini; aniyikudla inyama yazo, ningadli izidumbu zazo.
Zindla ngalezizinto; zinike ngokuphelele kuzo; ukuze ukuqhubeka kwakho kubonakale kubo bonke.