Ngase ngithi: “Awu, Nkosi Jehova! Bheka, umphefumulo wami awungcoliswanga, ngokuba kusukela ebusheni bami kuze kube manje angizange ngikudle okufayo nokudwenguliwe; futhi kakuzange kungene nyama enengekayo emlonyeni wami.
ULevitikusi 11:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi: Lezi ziyizilwane enizazidla phakathi kwezilwane zonke ezisemhlabeni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Yishoni kubantwana bakwa-Israyeli, nithi: ‘Yilokhu okuphilayo eningakudla kuzo zonke izilwane zasemhlabeni: IsiZulu 2020 “Khulumani kubantu bakwa-Israyeli, nithi: ‘Phakathi kwazo zonke izilwane eziphilayo emhlabeni, nazi eningazidla: |
Ngase ngithi: “Awu, Nkosi Jehova! Bheka, umphefumulo wami awungcoliswanga, ngokuba kusukela ebusheni bami kuze kube manje angizange ngikudle okufayo nokudwenguliwe; futhi kakuzange kungene nyama enengekayo emlonyeni wami.
Kepha uDaniyeli wanquma enhliziyweni yakhe ukuthi angazingcolisi ngokudla kwenkosi nangewayini aliphuzayo; ngakho wacela induna yenkundla ukuthi ingamngcolisi.
Ziyakuba yisinengiso kini; aniyikuyidla inyama yazo, kepha izidumbu zazo ziyakuba yisinengiso kini.
Lezi yizo eniyakuba yisinengiso phakathi kwezinyoni; aziyikudliwa, ziyisinengiso: ukhozi, nenkawu, nenkawu,
Kodwa ningadla kuzo zonke izilwanyana ezinwabuzelayo ezihamba ngezinyawo ezine, ezinemilenze phezu kwezinyawo zazo zokugxuma ngayo emhlabeni;
Lezi zingcolile kini phakathi kwezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni; inyoni, negundane, nofudu ngezinhlobo zalo;
Konke okudabula izinzipho nezinyawo eziqhekezayo, okwetshisayo phakathi kwezilwane, ningazidla.
Yonke inyama edliwayo efika phezu kwamanzi anjalo iyakuba ngengcolile; lonke uphuzo oluphuzwa ngesitsha esinjalo luyakuba ngokungcolile.
Uma kufa isilwane esidliwayo; othinta isidumbu sakhe uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.
Kepha kwezetshisayo aniyikuzidla nakwezidabula izinselo, njengekamela, ngokuba liyetshisa, lingadabuli izinselo zalo; ungcolile kini.
Lokhu lizakudla kukho konke okusemanzini: konke okulempiko lamaxolo emanzini, elwandle lemifuleni lizakudla.
Akusikhona okungena emlonyeni okungcolisa umuntu; kodwa okuphuma emlonyeni, yikho okumngcolisayo umuntu.
Ningahujwa yizimfundiso eziyizinhlobonhlobo nezingaziwayo. Ngokuba kuhle ukuthi inhliziyo iqiniswe ngomusa; kungeyisikho ngokudla, abangazuzanga ngakho abahlezi kukho.
ababemi kuphela ekudleni lekuphuzweni, lokugezisa izinhlobonhlobo, lezimiso zenyama, ababekwe phezu kwabo kuze kufike isikhathi sokuguqulwa.